Impilo Yemifino

Impilo Yemifino

ZuluštinaEbook
Owen Jones
Tektime
EAN: 9788835448716
Dostupné online
6,99 €
Bežná cena: 7,77 €
Zľava 10 %
ks

Dostupné formáty

Podrobné informácie

Ukudla imifino bekuyifilosofi yokupheka eskhathini sezinkulungwane zeminyaka yesikhathi esedlule kodwa hhayi kakhulu ngase Ntshonalanga. Ize yaqala ukubuya ekuqaleni kwekhulu lamashumi nambili. Ukudla imifino yathathwa kwi Hippy Movement eminyakeni kweyamashumi ayisithupha nayisikhombisa edlule ngoba omunye wabo wathola ugqozi oluvela eMpumalanga elaliphuma ikakhulukazi kuBuddha. Izingane zalawo ma-hippie zaqhubeka nempilo yazo le abazali ababagxilisa kuyo futhi zayidlulisele ezinganeni zazo. Namuhla ambalwa kakhulu amadolobhana noma mancane ekungathiwa awanayo indawo yokudlela ukudla kwemifino. Lena akuyona incwadi yokupheka, nakuba ixoxa ngokudla kwemifino futhi inikeza izibonelo ezimbalwa zokupheka. Iyincwadi yalabo abafuna ukwazi umvuzo ngokudla imifino ukuze bezokwazi uqonda kangcono umunyakazo, abangani babo namalungu omndeni lawa adla imifino. Ngiyathemba ukuthi ulwazi oluqhukethwe ilencwadi uzolithola luwusizo futhi lunenzuzo.
Ulwazi olukule ebook mayelana nemifino nezihloko ezihlobene nalo luhlelwe lwaba izahluko eziyi-shumi amabili nesithupha kanti amagama aphakathi kwamakhulu amahlanu kuya kumakhulu ayisithupha amagama ngalinye. Ibhonasi ukuthi ngikunikeza imvume yokusebenzisa okuqukethwe ukufake kuwebhusayithi yakho noma kumabhulogi akho kanye nencwadi yezindaba kanti futhi kunga ngcono uma uzibhala kabusha ngamagama akho kuqala.

EAN 9788835448716
ISBN 8835448719
Typ produktu Ebook
Vydavateľ Tektime
Dátum vydania 28. januára 2023
Stránky 53
Jazyk Zulu
Autori Owen Jones
Prekladatelia Owen Jones
Informácie o výrobcovi
Kontaktné informácie výrobcu momentálne nie sú dostupné online, na náprave intenzívne pracujeme. Ak informáciu potrebujete, napíšte nám na helpdesk@megabooks.sk, radi vám ju poskytneme.