Ukugcinwa Kwe Koi Carp

Ukugcinwa Kwe Koi Carp

ZuluštinaEbook
Owen Jones
Tektime
EAN: 9788835473022
Dostupné online
3,07 €
Bežná cena: 3,41 €
Zľava 10 %
ks

Dostupné formáty

Podrobné informácie

Incazelo emfushaneSiyakwemukela kulelizwe elihle lokugcinwa kwe Koi Carp, lapho ubuhle, ukuheha noku hlangana kobuciko boku nakekelwa kwemvelo ehlala emanzini. Lelibhuku lenzelwe ukuba likusize likuvulele indlela ezweni lobuhle balezinhlanzi ezihehayo nasebucikweni bazo obuthandekayo. Noma ngabe uyafika kuloluthando lwendalo yamanzi noma ngabe unalo ulwazi kodwa ufuna ukuthola ulwazi olungeziwe, lelibhuku lizokusiza ngolwazi oludingayo ukuze ukwazi ukunakekela i-Koi yakho.Incazelo epheleleNgaphandle nje kokuth i-Koi itholakala umhlaba wonke, funi igxile kakhulu eChina nase Japan, kodwa, basuka esiqwini samanzi olwandle olumnyama, ulwandle i-Caspian kanye nolwandle i-Aral. I-Koi Carp isithandwa kakhulu kunakuqala, sebewuphawu lokuthula noxolo olunakekelwayo ezingadini zamanzi umhlaba wonke. Imibala yalezinhlanzi ezichazayo, ubuhle besakhiwo sazo, noku nyakaza kwaz okunesizotha kuzenza zibe nenhlalo enokuthula okwenza ichibi lakholibe indawo yokuhlala enokuthula. Ukugcinwa kwe Koi Carp kwenzelwe ukusiza labo abaqalayo, ngolwazi lemigomo ebalulekile ngokunakekelwa kwe Koi. Kusukela ekukhetheni kwe ndawo nesikalo samanzi, ukubapha ukudla ngokufanele kanye nezimo zempilo zeKoi ezejwayelekile, lencwadi inje ngomsizi wakho kuloluhambo olumayelana nokuphila ngaphansi kwamanzi. Njengoba uqala loluhambo, khumbula ukuthi Ukugcinwa kwe Koi akulona uthando nje, kuwubudlelwane ubukhulayo ngokuhamba kwesikhathi.
EAN 9788835473022
ISBN 8835473020
Typ produktu Ebook
Vydavateľ Tektime
Dátum vydania 21. decembra 2024
Stránky 79
Jazyk Zulu
Autori Owen Jones
Prekladatelia Owen Jones
Informácie o výrobcovi
Kontaktné informácie výrobcu momentálne nie sú dostupné online, na náprave intenzívne pracujeme. Ak informáciu potrebujete, napíšte nám na helpdesk@megabooks.sk, radi vám ju poskytneme.